Saturday, May 24, 2008

dudlu ntombi, zala bantu ziyebantwini!!!


Impela angeke ngize ngisho lutho umakuthiwa uThabo yena phela lo wakwa Mbeki wathi amantombazane akwaZulu makayekwe ukuhlolwa, inkinga kwaba ngumona nje wokuthi izingane zeSilo, phela uBhejane phuma esiqiwini, UZulu eliphezulu uGodwil Zwelithini zinhle. Uyabona sbali mawufuna ukuganwa intombi enhle 'woz' edurban' kwasho abafanyana abancane oproffesor abanganayo iPHD,kodwa empeleni elami lithi ubuhle yinto yakwaZulu. Ngiyaseba mina shame!!!


Slindile Gcwabaza no Mbali Dlamini base KZN