Thursday, May 15, 2008

I-UWC ILEMBE HERITAGE SOCIETY IHLAHLA INDLELA EBHEKA PHAMBILI

Ikomidi le UWC Ilembe heritage society, lizothi ukuhlanganisa amakhandi, liphinde lidle amathambo engqondo mayelana nendlela ebheka phambili eqembini lonkana. Umhlangano wekomidi uhlelwe ukuba ube ngaphambi kwezivivinyo zesigamu sesibili sonyaka, okuzobe kudingidwa kulomhlangano yilokhu:
  1. ukuvulwa kwe ILEMBE HERITAGE SOCIETY ngokusemthethweni
  • official opening of the organization
  1. umgomongqangi (vision)
  • vision, mission and the pillars of the organization
  1. izimfuno zeqembu
  • organization's properties and needs
  1. ukuhlukaniswa kwezihlalo zabekomidi
  • organization representative council
  1. ukwakhiwa kwe year planner
  • setting of the year planner for 2008 and 2009
  1. ukuhlanganisa iqembu kanye namaqembu angaphakathi nawangaphandle
  • including of uwc societies and others
  1. uxhaso lwangaphakathi nolwangaphandle
  • sponsor from the university and the other
  1. ukuhlelwa kweqembu kanye nokwakheka kwalo
  • design and planned of the society
  1. izimali kanye namamemba
  • financial derpartment and membership
Lezi yizinto okuyobe kuboniswanwa ngazo

ukuthola olunye ulwazi
bhalela ku: ilembeheritagesoc@gmail.com
noma fonela ku: 0737590727