Showing posts with label intatheli. Show all posts
Showing posts with label intatheli. Show all posts

Friday, May 23, 2008

UKUBA MNYAMA AKUSHO UKUTHI NOMQONDO UMNYAMA BAKWETHU!


Uyabona makuthiwa kukhona abantu abanemiqondo emincane, ilaba abamhlophe inbkosi impela, ngiyabona uma umnyama futhi uvela kakhulukazi kaZulu bacabanga ukuthi winkawu njengabo, ngisho phela ngoba uma uvela e KZN abakhohliwe uyingane kaZuma. Sekukaningi mangithi ngingumzulu kubantu bathi shuthi igama lami ngumshini wami, okufike kuxake uZuma lo abangamfuni kanje usenhlanhleni yokuthi aphathe wona lamashangane ndini. Phela uMsholozi uMfoka Nxamalala insizwa ezinsizweni, welusa loyamfana, washawa, wadlala izinduku. waya ngisho emfuleni eyoshela njengezinsizwa zonke, ukukhombisayo ukuthi uyabazi ubunzima, unganaki nje indaba yeshawa, into yamanje nje leyo, uZuma yena lo abangamfuni nje wenza eziningi izinto, wabandakanyeka emzabalazweni eminingi kuze leli zwe lona leli eligcwele amashayina likhululeke. Eqinisweni ukuba mnyama akusho ukuthi nomqondo wakho umnyama, ukuthi umnyama noma ubomvu ekugcineni siyafana phansi kwenyama, noma umnyama uyaba isikhulu ukhulume ujoji. ukuba mnyama kuyimvelo enhle kabi, uyazi ngingakakhohlwa nje uma umnyama uya elangeni uhlala umnyama noma usufile uyobe umnyama kodwa labs abagcwele ubunkawu ungathi bafunda "ebush' bona mhla bezalwa bayebabepink uma bekhula athi ukuba orange uma beya elangeni bababomvu ungathi isikhwebu sambila esivuthayo kanti uma esefile babaluhlaza ingathi imamba. Ayi mangiyeke kungaze kuthiwe seqalile ke, ukuthi angiyithandi lento abayishoyo.

Saturday, May 17, 2008

ibush idinga isiguqo!

uyazi zololokhu kade ngicomplain ngamantombazane asebhush, azikhombisayo ukuthi avela ebhush, uyabona lento yase bhush emantombazaneni iyowahlekanisa nabantu bokuhamba phela, ngisho thina esingabelong la ebhushi, ibhush yayidesign nguNkulunkulu ukuthi kuhlale izilwane ikakhulukazi 'izinkawu', uyabona iningi labafundi base bush ligcwele ubunkawu kabi, ubungasho nje ukuthi yini le ebesibizwele yi SRC emhlanganweni wayo, balibele ukutatazela phambi kwethu ungathi bakhishwa izisu ungathi bakhohliwe ukuthi sifuna uku swipe e Shoprite nase Spar,kanti ke mina ngifuna ispecial swipping ngifuna uku swipe nase KFC i SRC ne CHC ilibele wukulala, phela angithi noMgabe phela lo 'wezwe lethu',i afrika wangenwa, uyabona mawungenwe udinga umkhuleko, ngisho phela ngoba uMgabe la umbona khona phafuyane ugwayi, phafuyane ugwayi, ukukhombisayo ukuthi lomuntu ungenwe. Isiguqo siyadingakala ebush, sesiyekela kubona obaba uGumede noLindelani ukuthi bafake idolo ebush, kuze kulungi izinto, uyabona makuthiwa kukhona inyuvesi ethakathiwe ile yase bush 'yezinkawu' lento izohlekanisa abafundi basehlathini nabasezintabeni phela i uct leyo, phezulu etafula mauntain.

INGABE KUSAWUKUJABULA NOMA IHABA!!

Inkosi impela makuthiwa kukhona into okuthiwa ihaba, ilento ebiyenzeka ngolwesihlanu, phela lo wokuphela kwama lecturer.
ukuba nganga zi inkosi impela ukuthi kanti ebush kuhlanywa kanje, ngangizozihlalela le kwaZulu ngizifunele okungamatohwana. Phela izolo bengathi usuku lokugcina lomhlaba, ngithe ngizihambela ngiziyela enkonzweni ntambama nje, hlangayiyane namantombazanyane "amaxhosa" abeseshilo " uxolo bhuti awsemhle, uya ngasecaweni yini?' phela ke mina angizange ngicatshulwe isimaku ngasho ngokukhulu ukuziqhenya ngathi 'esstshuzi me, angiyi ecaweni ngiya esontweni' ukusho kwami lokho mantombazane lokhu kwahleka kwaze kwalala phansi, ngiyabona ukuthi ilamanzi emvana ebebewaphethe, phela ngisho 'isavana', inkosi impela uPilatu waziwasha kancane izandla, mina ngiziwasha nge lux. Ukubuya kwami enkonzweni ngizithela kwamanye futhi amantombazane, oo nkosi yami nalawa angamaxhosa, ngiyabona futhi ngiyaqonda ukuthi inkinga inami namantombazane amaxhosa, wona ke angitshela ukuthi asiye e barn siyo celebrate, ngivela ngazibonela nje ukuthi lawa asangene. Noma sengifuna ukulala ngala kamakhelwane akulelwe kugcwele amantombazane akakabalasi ungathi adayisa ngemshanelo, khona manjalo amanye ngaphesheya nje kwala ngakhe khona athenge amakesi, yini konje lokhu? ohho amastorm kanye nama amstel, mina ngicabanga ukuthi ayophekisa some where kanti ayozivalela endlini avule umcimbi kuze kuse emnyango, okungixakayo amanye alamantombazane ahlale engingqongqothela uma esexakekile esezofuna imali, ngabe lemali bayebekele ukuthi uma sebelambile futhi, ngoba phela basazolamba bathenge lawo magiyispi phela esontweni labo ebarn. Kungakapholi maseko omunye nje walapha endaweni engihlala kuyona ngimdlula ubhizi ubraya ngezincwadi, uthi unyaka usuphelile, singabuye sithini lokhu okungamashangane aybo, ngiqonde amakhaladi anamakhanda angasile kabi, ikakhulukazi amzntombazane akhona, uzoke ukufice kutebhisile ungathi umfana, kumise ikepisi kwalibhekisa ngasemva, uxakeke uphinde uzibuze ukuthi ingabe lokhu kuzalwa umuntu yini, abanye awubatholi ukuthi bayinhloboni kapende ngisho ngoba kusuka ngomsombuluko kwakubhizi kubrayana nenyama, cha ayi ngoba ngiyihalela ukuthi angithandi lento yokubrayana nenyama. elami lilodwa isiyobonana estudy hall nasephepheni................................hhayi impela bekuyihaba langempela leli emantombazaneni izolo